- Sivulele isimungulu umlomo wakho,
umele bonke abantwana abayizintandane. - Vula umlomo wakho,
wahlulele ngokulunga,
umele abahluphekayo nabampofu. - Ngubani ongathola umfazi okhutheleyo na?
Ngokuba inani lakhe lidlula kakhulu amarubi. - Ubuhle buyinkohliso,
nokubukeka kuyize,
kepha owesifazane owesaba uJehova uyakudunyiswa.
Izihloko ezihlobene
Ukukhuluma
Ukufa nokuphila kusemandleni olimi...
Ubuthakathaka
Ngakho ngenamile ebuthakathakeni, nasekuphathweni...
Ukulunga
Olandela ukulunga nomusa uyafumana...
Ukupha
Yilowo nalowo anikele njengalokho...
Abafelokazi
Yazisa abafelokazi abangabafelokazi ngoqobo...
Ukuhlupheka
UJesu wathi kuye: “Uma...
Amavesi eBhayibheli osuku
UJehova uNkulunkulu wethu makabe nathi njengalokho ayenawobaba; makangasishiyi, angasilahli.Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:
Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakhoIvesi leBhayibheli elingahleliwe
Dumisa uJehova ngempahla yakho,nangolibo lwazo zonke izithelo zakho.Ivesi elilandelayo