- Engcingweni yami ngakhuleka kuJehova,
uJehova wangiphendula endaweni ebanzi. - UJehova ungakimi, angiyikwesaba;
umuntu angangenzani na? - Kuhle ukuphephela kuJehova
kunokwethemba umuntu. - Yilolu usuku alwenzileyo uJehova;
siyakwethaba, sithokoze ngalo. - Sindisa, Jehova! ngiyakuncenga;
hlahlamelisa, Jehova! ngiyakucela.
Makabusiswe ozayo egameni likaJehova;
siyanibusisa sisendlini kaJehova.
Izihloko ezihlobene
Ukuvikela
Hlomani izikhali zonke zikaNkulunkulu...
Umkhuleko
Thokozani njalo; khulekani ningaphezi...
Ukuncika
Ngokuba yimina Jehova uNkulunkulu...
UMduduzi
Makabongwe uNkulunkulu noYise weNkosi...
Uvalo
Ungesabi, ngokuba mina nginawe...
Ukwethemba
Themba kuJehova ngayo yonke...
Amavesi eBhayibheli osuku
Kungcono ababili kunoyedwa,ngokuba banomvuzo omkhulu ngomshikashika wabo.
Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Nkulunkulu, wena unguNkulunkulu wami,ngiyakufuna ekuseni;
umphefumulo wami womele wena;
inyama yami ilangazelela wena
ezweni elomileyo eligagadekileyo,
lapho amanzi engekho khona.Ivesi elilandelayo
