- Njengendluzele ilangazelela amanzi emifula,
kanjalo umphefumulo wami ulangazelela wena Nkulunkulu. - Umphefumulo wami womela uNkulunkulu,
uNkulunkulu ophilayo;
ngiyakufika nini, ngibonakale phambi kukaNkulunkulu, na? - Utwa lubizana notwa ekuhlokomeni kwezimpophoma zakho;
onke amadlambi akho namaza akho eqile phezu kwami. - Emini uJehova uyaleza umusa wakhe;
ebusuku isihlabelelo sakhe sikimi,
ngikhuleke kuNkulunkulu wokuphila kwami. - Yini ukuba udangale,
mphefumulo wami,
uyaluze phakathi kwami, na?
Methembe uNkulunkulu,
ngokuba ngisezakumdumisa yena
oyinsindiso yobuso bami noNkulunkulu wami.
Izihloko ezihlobene
Umphefumulo
Uma nina niselapho nimfuna...
Khulekela
Jehova, unguNkulunkulu wami; ngiyakukuphakamisa...
UNkulunkulu
UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi...
Izifiso
Kepha ngithi: Hambani ngoMoya...
Ukusondela
UJehova unani, uma ninaye...
Ukufuna
Niyakungifuna, ningifumane, lapho ningifunisisa...
Amavesi eBhayibheli osuku
Yibani nesihawu, njengokuba uYihlo enesihawu.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Owesifazane angakhohlwa umntwana wakhe oncelayoukuba angabi namusa kuyo indodana yesizalo sakhe na?
Yebo, bona bangakhohlwa,
kodwa mina anginakukukhohlwa wena.
Bheka, ezandleni zami ngikubhalile,
izingange zakho ziphambi kwami njalo.Ivesi elilandelayo
