- Ningibiza nithi: ‘Mfundisi, Nkosi;’ nisho kahle, ngokuba ngiyikho.
- Uma-ke mina, iNkosi noMfundisi, ngigeze izinyawo zenu, nani-ke nifanele ukugezana izinyawo.
- Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Inceku ayinkulu kunenkosi yayo, nothunyiweyo kamkhulu kunomthumileyo.
- Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Owamukela engimthumayo wamukela mina; ongamukelayo mina wamukela ongithumileyo.
- Ngininika umyalo omusha wokuba nithandane; njengalokhu nginithandile, nani nithandane.
- Ngalokho bonke bayakukwazi ukuthi ningabafundi bami, uma nithandana.
Izihloko ezihlobene
UJesu
UJesu ebabheka wathi: “Kubantu...
Ukuthobeka
Ngokuthobeka konke nobumnene, ngokubheka...
Ukukhonza
Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo...
Umakhelwane
Owesibili yilo: ‘Womthanda umakhelwame...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Ubugqila
UKristu wasikhulula ukuba sibe...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ubhekelani ucezwana olusesweni lomfowenu, kepha ugongolo olusesweni lakho awuluboni, na?Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Gingqela kuJehova imisebenzi yakho,ukuze kuqiniswe amasu akho.Ivesi elilandelayo
