- UJehova ungukukhanya kwami nensindiso yami;
ngizakwesaba bani na?
UJehova uyinqaba yokuphila kwami;
ngizakuba novalo ngobani na? - Noma impi imisa ngakimi,
inhliziyo yami ayesabi;
noma ngivukelwa ngukulwa,
nokho nginethemba. - Kunye engikucele kuJehova,
ngiyakufuna khona:
ukuba ngihlale endlini kaJehova
izinsuku zonke zokuphila kwami
ukubona ubuhle bukaJehova,
ngibuke ithempeli lakhe. - Yeka, uma bengingathembanga ukubona
okuhle kukaJehova ezweni labaphilayo! - Lindela uJehova, uqine,
inhliziyo yakho ime isibindi;
yebo, lindela uJehova.
Izihloko ezihlobene
Ukwethemba
Themba kuJehova ngayo yonke...
Ukuphepha
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
Uvalo
Ungesabi, ngokuba mina nginawe...
Inkazimulo
Vuka ukhanye, ngokuba ukukhanya...
Inhliziyo
Phezu kwakho konke okugcinayo...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Amavesi eBhayibheli osuku
UJesu wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Baba, ezandleni zakho ngiyawubeka umoya wami.” Eseshilo lokho wafa.Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:
Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakhoIvesi leBhayibheli elingahleliwe
Umphefumulo ophanayo uyakukhuluphaliswa;ophuzisayo uyakuphuziswa naye.Ivesi elilandelayo