- Ngokuba izwi likaJehova lilungile;
zonke izenzo zakhe ziyakholeka. - Uthanda ukulunga nokwahlulela;
umhlaba ugcwele umusa kaJehova. - Ngezwi likaJehova izulu lenziwa,
namabandla onke ngomoya womlomo wakhe. - Sibusisiwe isizwe esiNkulunkulu waso nguJehova,
isizwe asikhethileyo sibe yifa lakhe. - Bheka, iso likaJehova liphezu kwabamesabayo,
abathemba umusa wakhe. - Umusa wakho, Jehova,
mawube phezu kwethu,
njengalokhu sithemba wena.
Izihloko ezihlobene
Thembekile
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
UNkulunkulu
UJehova uNkulunkulu wakho uphakathi...
IZwi likaNkulunkulu
Yonke imibhalo iphefumulelwe nguNkulunkulu...
Iqiniso
Yilowo ohamba ngobuqotho nowenza...
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Ukulunga
Olandela ukulunga nomusa uyafumana...
Amavesi eBhayibheli osuku
Sithandwa, kunakho konke ngikufisela ukuba ube nenhlanhla nokuphila, njengokuba umphefumulo wakho unenhlanhla.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Themba kuJehova ngayo yonke inhliziyo yakho,ungenciki kokwakho ukuqonda.
Mazise yena ezindleleni zakho zonke,
uyakuqondisa imikhondo yakho.Ivesi elilandelayo
