- Umphefumulo wami uzithulele kuNkulunkulu kuphela;
insindiso yami ivela kuye. - Nguye kuphela oyidwala lami nensindiso yami, inqaba yami;
angiyikunyakaziswa kakhulu. - Mphefumulo wami,
zithulisele kuNkulunkulu kuphela,
ngokuba ithemba lami livela kuye. - Nguye kuphela oyidwala lami nensindiso yami,
inqaba yami; angiyikunyakaziswa. - Insindiso yami nodumo lwami kukuNkulunkulu;
idwala lami eliqinileyo nesiphephelo sami kukuNkulunkulu. - Nomusa ungowakho, Nkosi;
ngokuba wena umphindisela umuntu
njengokwenza kwakhe.
Izihloko ezihlobene
Insindiso
Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba...
Ukuphumula
Zanini kimi nina nonke...
Umphefumulo
Uma nina niselapho nimfuna...
Ukuvikela
Hlomani izikhali zonke zikaNkulunkulu...
Ukwethemba
Themba kuJehova ngayo yonke...
Thembekile
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
Amavesi eBhayibheli osuku
Kodwa mina nginitshela iqiniso lokuthi kunilungele ukuba ngimuke; ngokuba uma ngingamuki, uMduduzi kayikuza kini; kepha uma ngimuka, ngiyakumthumela kini.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Owephuza ukuthukuthela unokuqonda okuningi,kepha isififane siyaphakamisa ubuwula.Ivesi elilandelayo
