- Indodana ehlakaniphileyo ithokozisa uyise,
kepha indodana eyisiwula ilusizi kunina. - Ngubani ohlakaniphile, aqonde lezi zinto;
ngubani onomqondo, azazi, na?
Ngokuba izindlela zikaJehova zilungile;
abalungileyo bayakuhamba ngazo,
kepha abaphambukayo bayakukhubeka ngazo. - Izindebe ezinobungcweti azifanele isiwula;
kakhulu kangakanani umlomo wamanga isikhulu. - Ngokuba bheka, owabumba izintaba,
nowawudala umoya,
otshela umuntu umqondo wakhe,
owenza ukusa kube ngubumnyama,
onyathela ezindaweni eziphakemeyo zomhlaba,
igama lakhe linguJehova,
uNkulunkulu Sebawoti.
Izihloko ezihlobene
Ukuqonda
Ngibize, ngiyakukuphendula, ngikutshele izinto...
Ingqondo
Nakani okwaphezulu, ninganaki okusemhlabeni...
Ukukhuluma
Ukufa nokuphila kusemandleni olimi...
Ukuphila
UJehova uyakukulondoloza ebubini bonke...
IZwi likaNkulunkulu
Yonke imibhalo iphefumulelwe nguNkulunkulu...
Intukuthelo
Thukuthelani ningoni; ilanga malingashoni...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ngiyakuzenza mkhulu, ngizingcwelise, ngizazise emehlweni ezizwe eziningi, zazi ukuthi nginguJehova.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Yini ukuba udangale,mphefumulo wami,
uyaluze phakathi kwami, na?
Methembe uNkulunkulu,
ngokuba ngisezakumdumisa yena
oyinsindiso yobuso bami noNkulunkulu wami.Ivesi elilandelayo
