- Khona uJesu wabaphendula wathi: “Imfundiso yami akusiyo eyami kodwa ngeyongithumileyo.”
- Likholekile leli zwi lokuthi: Ngokuba uma safa naye, siyakuphila naye futhi.
- Angichezukanga emyalweni wezindebe zakhe;
ngizibekele amazwi akhe kunezimiso zami. - Wayelapho noJehova izinsuku ezingamashumi amane nobusuku obungamashumi amane, kadlanga lutho, kaphuzanga manzi. Waloba ezibhebheni amazwi esivumelwano, imiyalelo eyishumi.
- Ngakho abalamukeleyo izwi lakhe babhapathizwa, kwenezelwa ngalowo muhla abantu kungathi izinkulungwane ezintathu.
Izihloko ezihlobene
Thembekile
Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa...
Ukuphila
UJehova uyakukulondoloza ebubini bonke...
Ukulalela umthetho
UJesu waphendula, wathi kuye...
Umthetho
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Ukulalela
Niyakwazi lokho, bazalwane bami...
Ukuvikela
Hlomani izikhali zonke zikaNkulunkulu...
Amavesi eBhayibheli osuku
Bathandekayo, maningakholwa yibo bonke omoya, kepha hlolani omoya ukuthi bangabakaNkulunkulu yini; ngokuba baningi abaprofethi bamanga abaphumele ezweni.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Gingqela kuJehova imisebenzi yakho,ukuze kuqiniswe amasu akho.Ivesi elilandelayo
