- UJobe 1
- UJobe 2
- UJobe 3
- UJobe 4
- UJobe 5
- UJobe 6
- UJobe 7
- UJobe 8
- UJobe 9
- UJobe 10
- UJobe 11
- UJobe 12
- UJobe 13
- UJobe 14
- UJobe 15
- UJobe 16
- UJobe 17
- UJobe 18
- UJobe 19
- UJobe 20
- UJobe 21
- UJobe 22
- UJobe 23
- UJobe 24
- UJobe 25
- UJobe 26
- UJobe 27
- UJobe 28
- UJobe 29
- UJobe 30
- UJobe 31
- UJobe 32
- UJobe 33
- UJobe 34
- UJobe 35
- UJobe 36
- UJobe 37
- UJobe 38
- UJobe 39
- UJobe 40
- UJobe 41
- UJobe 42
- Odangeleyo nga ehawukelwa ngumngane wakhe;
kepha ukumesaba uSomandla kuyayekwa. - Kepha mina ngiyazi ukuthi uMhlengi wami ukhona;
ekupheleni uyakuma othulini. - Angichezukanga emyalweni wezindebe zakhe;
ngizibekele amazwi akhe kunezimiso zami. - Ngokuba uyayazi indlela yami;
esengivivinyile,
ngiyakuphuma njengegolide.
Unyawo lwami lunamathele ezinyathelweni zakhe;
ngigcinile indlela yakhe,
angiphambukanga. - USomandla singemqonde;
mkhulu ngamandla nangokwahlulela;
ngokulunga kwakhe okukhulu akoni lutho. - Wayesesukuma uJobe, waklebhula ingubo yakhe, waphucula ikhanda lakhe, wawela emhlabathini, wakhuleka, wathi:
“Ngaphuma ngize esizalweni sikamame;
ngiyakubuyela khona ngize;
uJehova wapha, uJehova uthathile;
malibongwe igama likaJehova.” - Wathi uJehova kuSathane: “Bheka, konke anakho kusesandleni sakho; kuphela kuyena uqobo ungabeki isandla sakho.” Wayesephuma uSathane ebusweni bukaJehova.
- Ngenza isivumelwano namehlo ami:
ngingabuka kanjani intombi na? - Bheka, ubusisiwe lowo muntu uNkulunkulu amlayayo;
ngalokho ungadeleli ukukhuzwa nguSomandla. - UJehova wambuyisa uJobe ekuhluphekeni, lapho ekhulekela abangane bakhe; wenezela kukho konke uJobe ayenakho ngokukuphinda kabili.
Izihloko ezihlobene
Ukukhathazeka
Ningakhathazeki ngalutho, kepha kukho...
Ukulunga
Olandela ukulunga nomusa uyafumana...
Inhlupheko
Kepha uNkulunkulu womusa wonke...
Isibusiso
UJehova makakubusise, akulondoloze; uJehova...
Mangala
Ukumesaba uJehova kungukuzonda okubi...
Ubungani
Umngane uthanda ngezikhathi zonke...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ekhanyisiwe amehlo enhliziyo yenu, nize nazi okuyithemba lobizo lwakhe nokuyingcebo yenkazimulo yefa lakhe kubo abangcwele.Thola ivesi leBhayibheli lansuku zonke:
Isaziso nsuku zonkeI-emailFacebookAndroid-appKuwebhusayithi yakhoIvesi leBhayibheli elingahleliwe
Ngenxa yokuba ubuyigugu emehlweni ami,futhi ubudumile, uthandekile kimi,
ngiyakunika abantu esikhundleni sakho,
nezizwe esikhundleni sokuphila kwakho.Ivesi elilandelayo