UMgqibelo, Disemba 20, 2025
Ngokuba izithelo zokukhanya zisebuhleni bonke nasekulungeni naseqinisweni.ULwesihlanu, Disemba 19, 2025
Ngalokho zibopheni izinkalo zengqondo yenu, nizithibe, nethembe ngokupheleleyo umusa enizakuwabelwa ekwambulweni kukaJesu Kristu.ULwesine, Disemba 18, 2025
Ngokuba amehlo eNkosi aphezu kwabalungileyo,izindlebe zayo zisekunxuseni kwabo,
kepha ubuso beNkosi buphezu kwabenza okubi.
ULwesithathu, Disemba 17, 2025
Ngokuba bonke abaholwa nguMoya kaNkulunkulu, labo bangabantwana bakaNkulunkulu.ULwesibili, Disemba 16, 2025
Uma-ke uMoya walowo owavusa uJesu kwabafileyo ehlala kini, yena owavusa uKristu Jesu kwabafileyo uyakuphilisa nemizimba yenu efayo ngaye uMoya wakhe ohlala kini.UMsombuluko, Disemba 15, 2025
Bheka, iso likaJehova liphezu kwabamesabayo,abathemba umusa wakhe.
ISonto, Disemba 14, 2025
Niyakungifuna, ningifumane, lapho ningifunisisa ngenhliziyo yenu yonke.UMgqibelo, Disemba 13, 2025
Isela kalizi kungengokweba nokubulala nokubhubhisa; mina ngize ukuba babe nokuphila, babe nakho kuchichime.ULwesihlanu, Disemba 12, 2025
Hlabelelani kuJehova,ngokuba wenzile izinto ezinkulu;
lokhu makwazeke emhlabeni wonke.
ULwesine, Disemba 11, 2025
Ningaphindisi okubi ngokubi nokuthuka ngokuthuka, kepha kakhulu manibusise, ngokuba nabizelwa lokho ukuba nidle ifa lokubusiswa.ULwesithathu, Disemba 10, 2025
Qondani, nilinde. Isitha senu, uSathane, siyahamba njengebhubesi elibhodlayo sifuna esingamgwinya.ULwesibili, Disemba 9, 2025
Londa ulimi lwakho kokubi,nezindebe zakho kukho ukukhuluma inkohliso.
UMsombuluko, Disemba 8, 2025
Angiceli ukuba ubasuse ezweni; kepha ngicela ukuba ubalonde kokubi.ISonto, Disemba 7, 2025
Ngokuba noma sihamba sisenyameni kasilwi ngokwenyama.UMgqibelo, Disemba 6, 2025
UJehova, iNkosi yami,ungamandla ami,
wenza izinyawo zami zibe njengezezindluzelekazi,
angenze ukuba ngihambe ezindaweni zami eziphakemeyo.
ULwesihlanu, Disemba 5, 2025
Ngakho yibani ngabalingisa uNkulunkulu njengabantwana abathandekayo.ULwesine, Disemba 4, 2025
Anazi yini ukuthi niyithempeli likaNkulunkulu nokuthi uMoya kaNkulunkulu uhlala kini na?ULwesithathu, Disemba 3, 2025
Insizwa iyakuyihlanza kanjani indlela yayo na?Ngokuqaphela okwezwi lakho.
ULwesibili, Disemba 2, 2025
Ungafisi indlu yomakhelwane wakho; ungafisi umfazi womakhelwane wakho, nenceku yakhe, nencekukazi yakhe, nenkabi yakhe, nembongolo yakhe, nokunye okomakhelwane wakho.UMsombuluko, Disemba 1, 2025
Kepha abafuna ukuceba bayela ekulingweni, nasesihibeni, nasezinkanukweni eziningi zobuwula ezilimazayo, ezishonisa abantu ekufeni nasekubhujisweni.Izihloko ezihlobene
Uthando
Uthando luyabekezela, uthando lumnene...
Ngiyethemba
“Ngokuba ngiyazi mina imicabango...
Inkolo
Ngalokho ngithi kini: Konke...
Umndeni
Lawa mazwi engikuyala ngawo...
Khulekela
Jehova, unguNkulunkulu wami; ngiyakukuphakamisa...
Umkhuleko
Thokozani njalo; khulekani ningaphezi...
Amavesi eBhayibheli osuku
Ngokuba izithelo zokukhanya zisebuhleni bonke nasekulungeni naseqinisweni.Ivesi leBhayibheli elingahleliwe
Nakuba umuntu ahlula oyedwa,ababili bayakuma phambi kwakhe,
nentambo emicu mithathu ayisheshi ukugqashuka.Ivesi elilandelayo